Ufuna i-Google Drayivu?
Vakashela drive.google.comukuze ubone wonke amafayela wakho.
Nge-Google Amadokhumenti, ungabhala, uhlele, futhi uhlanganyele noma kuphi lapho okhona. Mahhala.
Iya kokuthi i-Google Amadokhumenti Landa i-Google AmadokhumentiI-Google Amadokhumenti oyithandayo enokuvikeleka okwengeziwe nokulawula kwamathimba.
Funda kabanziThe Golden Gate Bridge is a suspension bridge spanning the Golden Gate strait, the 1 mile wide, 3 mile long channel between San Francisco Bay and the Pacific Ocean.
The structure links the U.S. city of San Francisco, on the northern tip of the San Francisco Peninsula, to Marin County, bridging both U.S. Route 101 and California State Route 1 across the strait.
I-Google Amadokhumenti yenza amadokhumenti akho aphile ngokuhlela okunobuhlakani namathuluzi esitayela okukusiza ukuthi ufomethe umbhalo nezitayela kalula. Khetha kumafonti angamakhulu, engeza izixhumanisi, izithombe, nemidwebo. Konke mahhala.
Finyelela, dala, futhi hlela amadokhumenti akho noma yikuphi lapho oya khona —ukusuka kufoni yakho, ithebulethi, noma ikhompuyutha — ngisho noma lungekho uxhumano.
Landa i-Google AmadokhumentiZonke izinguquko zakho zilondolozwa ngokuzenzakalelayo njengoba uthayipha. Ungakwazi ngisho nokusebenzisa umlando wokubuyekeza ukuze ubone izinguqulo zedokhumenti efanayo, ehlungwe ngedethi nokuthi ubani owenze ushintsho.
Hlola futhi ukhuthazwe izithombe, izingcaphuno, kanye nombhalo osuka kusesho lwe-Google, ngaphandle kokushiya uhlelo lokusebenza lwe-Android.
Thatha okuhlangenwe nakho kwakho kokuthi Amadokhumenti kude nakakhulu ngezengezo. Zama Ukuhlanganisa kwelebula ye-Avery ukuze udale futhi uphrinte amalebula namathegi egama.
Bona ukuthi yini enye ongakwazi ukuyengezaAmadokhumenti akulungele ukuhamba uma wena usukulungele. Dala kalula idokhumenti ngesiphequluli sakho noma landa uhlelo lokusebenza ledivayisi yakho yeselula.
Landa i-Google Amadokhumenti