Nge-Google AmaSpredishithi, ungadala, uhlele, futhi uhlanganyele noma kuphi lapho ukhona. Mahhala.
Iya kokuthi i-Google AmaSpredishithi Landa i-Google AmaSpredishithiI-Google AmaSpredishithi oyithandayo enokuvikeleka okwengeziwe nokulawula kwamathimba.
Funda kabanziI-Google AmaSpredishithi yenza idatha yakho ivele ngamashadi namagrafu anemibala. Amafomula akhelwe ngaphakathi, amathebula ephivothi nezinketho zokufometha ezinemibandela zilondoloza isikhathi futhi zenza lula imisebenzi evamile yesipredishithi. Konke mahhala.
Finyelela, dala, futhi hlela amaspredishithi akho noma yikuphi lapho oya khona —ukusuka kufoni yakho, ithebulethi, noma ikhompuyutha — ngisho noma lungekho uxhumano.
Landa i-Google AmaSpredishithiZonke izinguquko zakho zilondolozwa ngokuzenzakalelayo njengoba uthayipha. Ungakwazi ngisho nokusebenzisa umlando wokubuyekeza ukuze ubone izinguqulo zesipredishithi esifanayo, esihlungwe ngedethi nokuthi ubani owenze ushintsho.
Sebenzisa iphaneli ethi Hlola ukuze uthole ukubuka konke kwedatha yakho, ukusuka kuzifinyezo ezizuzisayo kuye kukukhetha kwamashadi agcwaliswe kusengaphambili ongakhetha kuwo.
Thatha okuhlangenwe nakho kwakho kokuthi AmaSpredishithi kude nakakhulu ngezengezo. Zama isengezo esithi Izitayela ukuze ulethe iphophu eyengeziwe kusipredishithi sakho esilandelayo.
Bona ukuthi yini enye ongakwazi ukuyengezaAmaSpredishithi akulungele ukuhamba uma wena usukulungele. Dala kalula isipredishithi ngesiphequluli sakho noma landa uhlelo lokusebenza ledivayisi yakho yeselula.
Landa i-Google AmaSpredishithi